... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukwenza Izaba Zesikhashana

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 5:38-42 Nizwile kwathiwa: ‘Iso ngeso, izinyo ngezinyo.’Kepha mina ngithi kini: Ningamelani nokubi, kodwa uma umuntu ekumukula esihlathini sokunene, mphendulele nesinye. Nofuna ukukumangalela, akwamuke ingubo, mnike nejazi. Nosuka ekucindezela ukuba uhambe imayela libe linye, hamba naye abe mabili. Muphe ocelakuwe, ungamfulatheli ofuna ukutsheleka kuwe.

Listen to the radio broadcast of

Ukwenza Izaba Zesikhashana


Download audio file

Uma uhlangana nomuntu omubi empilweni  yakho – lesasithithi sesiphukuphuku  esingazazi siyiliphi ingempela ,futhi okungasoze kwasa kuso  — ubhekana kanjani nalowomuntu? Ngakube ukwenza ukhule okholweni lwakho kumbe kuvese kwehle igeji yalo?

Noma ngabe siyakubona lokhu noma qha kodwa si-programmed ukuthakasela ukududuzeka sibe ntofontofo.Senziwe ngosomaqhinga bezomnotho ukusebenza kanzima sihole imali ,siyisebenzise kithi kuphela,futhi ezintweni zonke ezingubukhazikhazi  ukuze impilo yethu ibe ngcono .

Lesosimo sokuba conditioned kanjalo sisenza singakwazi ukubhekana nento esihlukumezayo.Angithi phela sesenziwe ukuba sihlale sizizwa sisebuhleni bobumnandi.Singo –‘derseve the best’ –sifanelwe ngokuhle kakhulu.Kodwa inkinga impilo ayinjalo.Sibhekana nabantu abayizidlabuladlwedlwe ,abanamathika ,abanenkani abangacabangelani ,abangenandaba nje nomunye umuntu ,bese kuthi ngenxa yalomoya wokuthi sizizwe si –entittled ekuphathweni kahle sivese

singenwe wumoya wokuzithethelela ukuba ngabandikindiki abangaziqondi bakuliphi izinga .

Ngimnikeze ngimnikezeleni! Babo kungani ukuthi angiphathe ngalendlela !?

Kodwa manje  bekunganjani mangase lababantu besihlupha benjalo ,besingakusebenzisa lokhu kusihlupha kwabo bese sikwazi ukukhuphuka ilata ngabakwenza kithi ?

NgokukaMathewu  5:38-42 Nizwile kwathiwa: ‘Iso ngeso, izinyo ngezinyo.’Kepha mina ngithi kini: Ningamelani nokubi, kodwa uma umuntu ekumukula esihlathini sokunene, mphendulele nesinye.

Nofuna ukukumangalela, akwamuke ingubo, mnike nejazi. Nosuka ekucindezela ukuba uhambe imayela libe linye, hamba naye abe mabili. Muphe ocelakuwe, ungamfulatheli ofuna ukutsheleka kuwe.

Ngakho  umbuzo usekutheni yikuphi okuzoba yikhona ? Ukuba ndidkindiki ,kumbe ukuzelulela ebangeni eliphakeme?

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge