... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Kuhle Emoyeni Wami (6)

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Isambulo 1:7 Bhekani, uyeza namafu, namehlo onke ayakumbona, nabo abamgwazayo, nezizwe zonke zomhlaba ziyakulila ngaye.Yebo, Amen.

Listen to the radio broadcast of

Kuhle Emoyeni Wami (6)


Download audio file

Kunento ejulile ngamahubo akudala okuthi mayeculwa aya ekujuleni komphefumulo wethu .Kodwa ngendlela esesihleli ngayo kumaculo esimanje ,kugcina eselahlekelwa  ngumuzwa owafanele lamahubo ,ngenxa yendlela esiwaphatha ngayo thina,singawanaki  . 

Futhi ishwa nobuhlungu bulapha .Kuyathukela sicula iculo liphelele lonke ,sivese sikhe sihambe ne chorus kuphela .Ake sibuke lelihubo ebesilokhu silihlaziya kulelisonto elithi– It is Well With My Soul –Kuhle Ke Emoyeni Wami . Linamavesi angu 6 kodwa imvamisa uma kuculwa kuvese kugidwe kwelilodwa phaqa . Kungani ? 

Yingoba kuthatha isikhathi eside ukuwacula wonke lamavesi angu 6.Emhlabeni wesimanje ogcwele imiyalezo engena inyinyitheka kuma App ngokuhlukana kwawo ,sigcina silahlekelwe yilokho uNkulunkulu anakho ngathi .Hheyi ngoba lomqondo wempilo yeskhashana usenza singakwazi ukubuka enye  into ngaphandle kwama screen ama smartphones ethu.  Ngakho nanti lelivesi lesithupha kulelihubo elinamandla : 

Ngakho Nkosi ,sheshisa usuku lakhona ukholo luzobonakala , Amafu agoqwe njengencwadi ; Lizokhala icilongo qede iNkosi yehle ,
Iculo ebusuku ,yeka lobobuhle mphefumulo wami ! 

Noma ngabe impilo yakho yinhle noma imbi kangakanani kulomhlaba – noma ngabe imanje lakho uyalithanda futhi ufuna ukunamathela kulona  ingunaphakade ,kumbe zikhisi ofisa nga ziyedlula – nanti iqiniso .Nanti iqiniso loqobo likaNkulunkulu ngokwenkazimulo yaKhe  impilo yethu singuluntu ekhona  ngalo.:

Isambulo  1:7 Bhekani, uyeza namafu, namehlo onke ayakumbona, nabo abamgwazayo, nezizwe zonke zomhlaba ziyakulila ngaye.Yebo, Amen.

Ngakho zenzele umusa .Phakamisa amehlo akho .Cula lelivesi lokugcina ngokuba amafu azogoqwa  necilongo lizokhala . It is well, it is well with my soul-kuhle kuhle emoyeni wami . 

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy