... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Amazwi Amasha ,Amazwi Amadala

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

IHubo 33:4-5 Ngokuba izwi likaJehova lilungile; zonke izenzo zakhe ziyakholeka. Uthanda ukulunga nokwahlulela; umhlaba ugcwele umusa kaJehova.

Listen to the radio broadcast of

Amazwi Amasha ,Amazwi Amadala


Download audio file

Noma  ngabe lulupmi luni  olukhulumayo ,izikhathi nezikhathi kulokhu kusungulwa amagama nezisho ezintsha .Kodwa akuyona into entsha leyo  

Ngokwemibhako yakamumva , U-William Shakespeare unikwa iqholo ngokusungula amagama angaphezu kuka , okubalwa igama elithi “bedroom,” “courtship,” namanye .

U-Charles Dickens kuthiwa nguye owasebenzisa igama elithi – “doormat,” nabanye futhi beza namanye .

Kulezinsuku imvama asibonge kubantu abasha abanobushule bokuqhamuka namagama kwi social media , sibona amagama anjengokuthi “digital nomad,” “hellscape,” “trauma dumping” –amagama amasha akhombisa umoya wesikhathi .

Phela ekugcineni kwakho konke umhlaba sewudlulile ezinsukwini zakudala . Izinto seziguqukile . Sibhekene nezinto abangemumva kwethu abangazange baziphupha kwakuziphupha .

Futhi ke kwenza kube lula ukucabanga ngemibono yamanje kwi social media , imicabango yesimanje ngokokungathi ingephambili kuneyaphambilini .

Kodwa futhi khona kunjalo kuyamangaza ukuthi ukucabanga ngokwesikhathi esiqhubekayo kuletha incithakalo ezimpilweni zabantu abaningi ;kuchitha imishado ;kwenza izingane zingabi nababa,kuguqule izimiso ezimile zempilo kuzenze  into engathi shu .Kodwa…

IHubo  33:4-5 Ngokuba izwi likaJehova lilungile; zonke izenzo zakhe ziyakholeka. Uthanda ukulunga nokwahlulela; umhlaba ugcwele umusa kaJehova.

Noma lulimi luni olukhulumayo ,noma uhlalaphi ,noma wenzani  … Ungalilhahli iZwi likaNkulunkulu .Lihle ,liliqiniso .Likhuluma ukwethembeka kwakhe ,ubuhle baKhe ,ubulungiswa baKhe ezinhliziyweni zethu .Emhlabani ogcwele ukudinga ngokukhula ngamalengiso ,akuwona wonke umqondo wesimanje oletha inqubekela phambili .

Kwesinye isikhathi siding ukubuyela ezisekelweno siyothola ukuthi umhlaba ugcwele umusa kaJehova.

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy