... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Uzotshela bani?

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMarkhu 5:18,19 Wathi ukuba angene emkhunjini, lowo owayekhwelwe ngamademoni wamncenga ukuba abe naye. Akamvumelanga, kepha wathi kuye: “Hamba uye ekhaya kwabakini, ubabikele ukuthi kungakanani iNkosi ekwenzele khona, yakuhawukela.”

Listen to the radio broadcast of

Uzotshela bani?


Download audio file

Uma uJesu enza izinto ezinamandla nezibabezekayo ezimpilweni zethu ,umuzwa wokuqala oqondakalayo osifikelayo owokumdumisa nokumbonga.Kodwa ngokwehlukile ,kukhona okunye angathanda sikwenze futhi .

UJesu wake wadibana nendoda empilo yayo  yabe iyincithakalo uqobo .

NgokukaMarkhu 5:1-5 Base befika phesheya kolwandle ezweni lamaGerasa.  Esephume emkhunjini, kwahlangana naye

masinyane umuntu ovela emathuneni, enomoya ongcolileyo.

Wayehlala emathuneni, kungasekho muntu ongambopha nangeketanga; ngokuba wayeseboshwe kaningi ngawozankosi nangamaketanga, kepha amaketanga ayegqashuliwe nguye nawozankosi babephuliwe, kungekho noyedwa owayenamandla okumthambisa.

 Ngesikhathi sonke ubusuku nemini wayesemathuneni nasezintabeni, ememeza, ezilimaza ngamatshe.

Manje uJesu wakhipha amadimoni wawathumela emhlambini wezingulube ezavese zagulukudela ziseweni zaziphonsa phansi oLwandle  .Izakhamizi zazethuke kakhulu kwabiza ukuba zicele uJesu aphume aphele endaweni .Kodwa leyondoda yaba ngokhululiwe.

NgokukaMarkhu 5:18,19 Wathi ukuba angene emkhunjini, lowo owayekhwelwe ngamademoni wamncenga ukuba abe naye. Akamvumelanga, kepha wathi kuye: “Hamba uye ekhaya kwabakini, ubabikele ukuthi kungakanani iNkosi ekwenzele khona, yakuhawukela.”

Esikhundleni sokuba uJesu andise abafundi bakhe ngalolosuku kunalokho ,wayithumela ukuba ibuyele emumva lendoda kulabantu kanye abamxoshile ,ibuyele kubo ngomsebenzi wokubatshela ngomusa kaNkulunkulu.

Ngubani uJesu namhlanje akubizela ukuba umtshele ,ngezinto ezinkulu azenzile empilweni yakho ?  Hamba uye khona ungabe usananaza!

“Hamba uye ekhaya kwabakini, ubabikele ukuthi kungakanani iNkosi ekwenzele khona, yakuhawukela.”

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..



We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge