... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ungalahlekelwa Ngumbono Waleliqiniso

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Isaya 41:8-10 Kepha wena Israel nceku yami ,wena Jakobe engikukhethileyo ,nzalo ka Abhrahama othandiweyo wami ,wena engikukuthathile emkhawulweni yomhlaba ,ngakubiza emagumbini awo ,ngathi kuwe : “Wena uyinceku yami ,ngikukhethile angikulahlanga ,ungesabi , ngokuba mina nginawe, ungapheli amandla ,ngokuba mina nginguNkulunkulu wakho ,ngiyakuqinisa futhi ngiyakusiza ,yebo ngiyakusekela ngesandla sokunene sokulunga kwami .”

Listen to the radio broadcast of

Ungalahlekelwa Ngumbono Waleliqiniso


Download audio file

Angazi kunjani kuwe ,kodwa ukushodelwa wukholo ,ukungabikho kwethemba kuNkulunkulu akuyona into leyo engifuna ukuba kuyo .Kodwa uvese uthole ukuthi yinto le evese izipulukutshele ngasithe qede ingene kuwo wonke umuntu  onikele ithemba lakhe kuJesu .Kuvese kwenzeke kanjalo nje . 

Ngingakucela uke ucabange ngesimo esinzima obhekene naso njengamanje .Ngiqonde ekutheni kungenzeka mhlawumbe ukuleyonkathi ethukela ivela  empilweni lakhona singesodwa lesisimo kodwa ziziningi ezikuxake ikhanda , ngoba kuhlale kuhlale kube nesimo esisodwa esikuphithanisa ikhanda sikwephuce ukuthula kwakho . 

Manje ngesikhathi usacabanga ngalesisimo esisodwa empilweni yakho ,kunento okuvese kwenze ume ukucabanga ngayo ,

uma lokhu kuwukuthi kuyawakha umqondo .Ngesikhathi sithe njo amehlo ethu ngezimo zethu ezinzima  ,kusikhathi sinye siya ngokuya silibala  ukuthi ungubani uNkulunkulu .Lokhu okwabe kuyinkinga ka Israel kwingxenye ethile yempilo yomlandu wawo . 

Ngakho uNkulunkulu ngomphrofethi u –Isaya wabakhumbuza leliqiniso elinamandla : 

Isaya  41:8-10 Kepha wena Israel nceku yami ,wena Jakobe engikukhethileyo ,nzalo ka Abhrahama othandiweyo wami ,wena engikukuthathile emkhawulweni yomhlaba ,ngakubiza emagumbini awo ,ngathi kuwe : “Wena uyinceku yami ,ngikukhethile angikulahlanga ,ungesabi , ngokuba mina nginawe, ungapheli amandla  ,ngokuba mina nginguNkulunkulu wakho ,ngiyakuqinisa futhi ngiyakusiza ,yebo ngiyakusekela ngesandla sokunene sokulunga kwami .”

U-Israel walahlekelwa ngukubona iqiniso elinhla ntathu  [a] ukuthi uNkulunkulu wayebakhethile [b] ukuthi wabe esevele esebenzele izinto ezimangazayo  [c] nokuthi nebala wabe enguNkulunkulu wabo futhi ngangokuthi ,wayezihlelile ukwenza izinto ezinamandla ,ezenzela bona .

Kulula kanjani ukulahlekelwa yileliqiniso ,uma amehlo uwathe njo ezinkingeni zakho ? 

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy