... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

UMalusi Omuhle

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaLukha 19:9,10 UJesu wathi kuye : ‘Namuhla insindiso ifikile kulendlu ,lokhu naye eyindodana ka Abhrahamu.Ngokuba iNdodana yomuntu ize ukufuna nokusindisa okulahlekileyo’.

Listen to the radio broadcast of

UMalusi Omuhle


Download audio file

Umbuzo : Ngakube uJesu weza kulomhlaba ngenxa yakho? Kumbe mhlawumbe unomuzwa othi baningi abafanelwe ukuthi wezela bona  anesikhathi nabo,nokuzinikela kwakhe  kubo kunawe? Ngitshele sihlobo ,ngakube uJesu uzele wena ?

Umsebenzi omkhulu womalusi wezimvu wukuzigcina ziphephile nokuqiniseka ukuthi zinokudla namanzi anele.Kuwo wonke lamakhulu ngamakhulu eminyaka yilona luhlahlo lomsebenzi wakhe  lolu [job description].

Into emangazayo ,yile yokuthi wayefaka impilo yakhe kwi- risk ukuze asindise eyodwa nje enomdumakhanda ze ingadwengulwa yizilwane zentaba,kumbe abaphangi ,kwesinye isikhathi nalakhona iwele kabi  eweni  bese kudinga ayigcobe ayelaphe.Kunzima kithi ukukuqonda lokhu ,kodwa selokhu uluntu lwaba khona lwaqala ukwelusa izimvu ,yiwona msebenzi lo womelusi wezimvu.Ngakho umelusi omuhle yilo osuke ekulungele ukwendlala phansi impilo yakhe ngenxa yezimvu zakhe.

Lusuku lumbe uJesu wayesesidlweni enezoni eziningi emzini ka-Zakewu ,umqoqi wentela .

NgokukaLukha 19:9,10 UJesu wathi kuye : ‘Namuhla insindiso ifikile kulendlu ,lokhu naye eyindodana ka Abhrahamu.Ngokuba iNdodana yomuntu ize ukufuna nokusindisa okulahlekileyo’.

Ukhombisa lapha lesisenzo somalusi omuhle  ophumayo qede athole imvu elahlekileyo.Abantu babengamlindele ukwenza lokho.Bamgxeka ngokuhlala nezoni.

Futhi kunzima nakithi ukukuqonda lokho ,kodwa yikho kanye uJesu aqhubeka ekwenza iminyaka ngeminyaka.Usekulokho nje.

Angikaze ngizicabange  ‘ngingolahlekile’ ,lokho kwakungihlubula emoyeni.Kodwa ndlelana thizeni ,ekujuleni komoya wami ngangikwazi lokho .Sonke siyakwenza lokho ,wukuthi nje asifuni ukukuvuma.

iNdodana yomuntu ize ukufuna nokusindisa okulahlekileyo’.UJESU . Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..



We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge