... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Umakhalekhukhwini

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 KwabaseKhorinte 1:18,19 Ngokuba izwi lesiphambano kwababhubhayo lingubuwula,kepha kithina esisindiswayo lingamandla kaNkulunkulu.Ngokuba kulotshiw ukuthi : ‘Ngiyakuchitha ukuhlakanipha kwabahlakaniphileyo,nokuqonda kwabaqondileyo ngikwenze ize’.

Listen to the radio broadcast of

Umakhalekhukhwini


Download audio file

Uma kukhona into embi esehlelayo ,lakhona sizwela ubuhlungu ,imvamisa siphendula kulesisimo ngokwamehlo obuhlungu  esikuzwayo ,kodwa lolohlobo lokubuka luvamisa ukuphambuka  kulokhu okusuke kwenzeka ngokwempela .

Umngani wami ,sasihleli  phansi naye  sikwi- presentation ,okuthe iphakathi ngavese ngachitha i-glass yamanzi,  agcwala itafula lonke .Wavese wasondela kimi wangiduduza wathi : “Ungakhathazeki ,nami ekuseni namhlanje ngiphonse  i-cellphone yami e toilet,ngqumbu emanzini ” .Savese sabukana qede soma yinsini sobabili ngalezizehlo zethu ezisiphoxile !

Kodwa kwangenza ngacabanga .Ngoba lomngani wami ungomunye wabantu abamnandi ukuhlangana nabo.Uzinikele impilo yakhe ukukhonza uNkulunkulu wonke umhlaba ehla enyuka  kodwa manje  uNkulunkulu umvumele aphonsekelwe yi phone yakhe e toilet .Usuke  uzibuze ukuthi kungani uNkulunkulu evumela izinto ezinjalo zenzeke?

Futhi imvamisa kuba worse uma izinto ezimbi zehlela abantu abahle .Kuvese kubukeke kungekho fair ,akubukeki kanjalo?

Yaah nebala anginayo impendulo eqondile ,kodwa nje engingakusho ngukuthi izindlela zikaNkulunkulu azihlali ziyizindlela zethu .

Emva kwakho konke uvumela iNdodana yaKhe izofa esiphambanweni ngenxa yami nawe .Kwakuyisihluku ,futhi kwabe ku unfair.Impela ngiyofisa ukwazi ngelinye ilanga ukuthi kungani evumela lezizinto zenzeke ,kodwa kuthi uma ngibuka isiphambano ,ngiyambonga uNkulunkulu ukuthi wavuma .

1 KwabaseKhorinte  1:18,19 Ngokuba izwi lesiphambano kwababhubhayo lingubuwula,kepha kithina esisindiswayo lingamandla kaNkulunkulu.Ngokuba kulotshiw ukuthi : ‘Ngiyakuchitha ukuhlakanipha kwabahlakaniphileyo,nokuqonda kwabaqondileyo ngikwenze ize’.

Ngeke sihlale sazi ukuthi kungani sivelelwa yizinhlupheko .Kodwa esimelwe ukuhlala sikwazi ngukuthi uNkulunkulu akumthusi ukuhlushwa ngokungeyona i-fair ,ngoba naYe ngoJesu kwaba njalo. Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge