... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukusukuma Ukhulumele Lokhu Okuliqiniso

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Izaga 31:8,9 Speak up for people who cannot speak for themselves. Help people who are in trouble. Stand up for what you know is right, and judge all people fairly. Protect the rights of the poor and those who need help.

Uthanda ungathandi ,kodwa mina nawe sithatha ilebula lobuKhrestu ,ibrand kaJesu uqobo lwaKhe uma ucabanga ngalokho ,kuvese kuthi  esikushoyo kukhulume ngoMsindisi esishoyo ukuthi sikholwa nguYe

Kungumcabango okwenza uthi ukujula kancane ngawo ? Labo abangakamazi uJesu njengamanje babuka thina ,inkambo yethu ,amazwi ethu ,indlela ubuso bethu obuyiyo ,indlela esiphatha ngayo abanye abantu  ebese baklame lapho ukumahlulela uJesu ngathi ukuthi unjani ingempela .

Phila ngenhlakanipho nangentobeko kaNkulunkulu ,lokho kukhuluma inkulumo enqala ngoJesu.Phila ngendlela yezwe yokuzenzisa  ,yokuzicabangela wena kuphela ,futhi nalokho yebo kukhuluma inkulumo ende ngoJesu .Ngakube lokho kungubulungiswa esibenzayo kuYe ? Kodwa kuyinto eqondakalayo ,yiyona ndlela izinto eziyiyona .

Izolo sikhulume ngokuthi ubuzwe bobuKhrestu buyinto ekhona ezikhathini lakhona bufuna ukuzigqamisa buyavela ,

lokho imvamisa kubonakala uma senza izinto ngokwentando yethu esikhundleni sokuhamba enhlakaniphweni kaKhrestu . 

Futhi kusikhathi sinye lakhona sithola ukuthi uJesu wakumela lokho okwabe kuliqiniso  ngokuphikisana nokungelona iqiniso .Nakuba wakwenza kodwa engakwenzi ukuze azijabulise Yena ,kodwa ecabangela abanye .Lento injena kahle hle : 

Izaga  31:8,9 Sivulele isimungulu umlomo wakho ,umele bonke abantwana abayizintandane .Vula umlomo wakho wahlulele ngokulunga ,umele abahluphekayo nabampofu .

Kimi lokhu kubukukeka kungubuNkulunkulu obujulile ,kungumqondo ofana nokaKhrestu ofanelwe ukwenziwa ngongumlandeli kaJesu Sikhulumele labo abangeke bazikhulumele ,esikhundleni sokuzikhulumela thina .Sisize labo abasezingxakini .Sivikele amalungelo abampofu nabaswele.Simele lokho okuliqiniso kunokucabanga ukunqoba kwesizwe saMaKhrestu . 

Njengokuba uJesu wayekwazi kahle lokhu,ukuthi kuyabiza akuzi mahhala.Kwenze noma kunjalo .Bamele ,ungazimeli wena . 

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy