... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukusuka La Uya Elangeni

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Isaya 53:5 Yebo yalinyazwa ngenxa yeziphambeko zethu ,yachotshozwa ngobubi bethu,kodwa thina sathi ijezisiwe ,ishaywe nguNkulunkulu ihlushiwe.

Listen to the radio broadcast of

Ukusuka La Uya Elangeni


Download audio file

Kwenzeka kanjani ingempela ukuthi umbazi owazalwa eNazaretha eminyakeni eyevile kwengu 2000 edlule  kodwa uthole ukuthi indaba yakhe isangena shi kulempilo mina nawe esiyiphila manje kuleminyaka?  Kwenzeka kanjani?

Ake ucabange ukuthi uno-piece wephepha omkhulu .Omkhulu kakhulu.Uwugoqe ube ngu-half.Ude uqhubeke uwugoqe ube nguhalf .Kahle hle uwugoqe kuze kube ka 50  [uyabona –ke ngisho kungathiwa leliphepha belilikhulu kangakanani kodwa uyothwala kanzima ukuqhubeka  uligoqa kuze kufike ku 7.]

Kodwa ,ake uvese ungenze ihlaya .Mawungase ucabange ukuthi ubuzokwazi ukuligoqa ka 50 .Manje nanku umbuzo wami : Liwugqinsi  kangakanani leliphepha ? Mhlampe belingaba ngangebhuku elikhulu le telephone directory kumbe ngangebhayibheli? Mhlampe libe elide ngange friji? Kumbe lide lize liyothi gqu emqadini /kuceiling ?

Lutho! Uma ubungaligoqa ka 50  belingasuka kwi-planet earth [emhlabeni] liye elangeni .Ngangikufunda lokho encwadini ,ngabe sengenza izibalo.Kuliqiniso. Futhi mangase nje uphinde uligoqe ngokuka 50 kokugcina lingasuka emhlabeni lize liyofika elangeni liphinde libuye lifike emhlabeni futhi.

Iphuzu la kulenjulamqondo wukuthi izinto ezincane zinamandla omthelela omkhulu.Ake uthathe nje umbazi owazalelwa eNazeretha iminyaka engu 2000 eyedlula. ‘Manje pho yini ngaye?’

Yebo ,indaba ngethi eminyakeni engu 2000 edlule usethinte izigidigidi zezimpilo zabantu  futhi usaqhubeka ethinta izigidigidi  zezimpilo zabantu.Ekuqhubekeni kwayo leminyaka engu 2 000 usaqhubeka ephulukisa izinkulungwane zabantu,usaqhubeka elapha izinhliziyo ezaphukile .Isaqhubeka leminyaka engu 2 000 wafika ,usagcwele lolothando,usabasindisa abantu,usaqhubeka enyenyeza ethi,ngizele wena.


Isaya 53:5 Yebo yalinyazwa ngenxa yeziphambeko zethu ,yachotshozwa ngobubi bethu,kodwa thina sathi ijezisiwe ,ishaywe nguNkulunkulu ihlushiwe.


Izinto ezincane zisengaba nomthelela omkhulu kakhulu.

Kahle hle ekuqhubekeni umlalela uJesu ,kusikhathi sinye futhi eguqula ngamandla okuphila impilo yakho . UJESU  lowo.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge