... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Sekuyiskhathi … Ngiyacabanga

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseRoma 10:9 Ngokuba uma uvuma ngomlomo wakho ukuthi uJesu uyiNkosi, ukholwa enhliziyweni yakho ukuthi uNkulunkulu wamvusa kwabafileyo, uyakusindiswa

Listen to the radio broadcast of

Sekuyiskhathi … Ngiyacabanga


Download audio file

Umama akakwazi ukukhulelwa u-half .Kukabili nje ,kusekutheni ukhulelwe noma qha.Futhi  iqiniso lisekutheni mase kuziwa kwikusasa leNgunaphakade lakho ,awukwazi ukuba ngosindisiwe u-half.Kukabili phaqa ,ukuthi usindisiwe noma cha.Wena ukukuphi sihlobo? Ngakube usindisiwe ngeqiniso noma cha?

Abantu abaningi behla benyuka empilweni kusangathi bayakholwa nguJesu ,bengena bephuma ebudlelwaneni naYe ,bengazange bazinikele ngokuphelele kuYe .Njengabantu abathi baganene ,baze bahlale ndawonye kodwa uthole ukuthi abakaze benze izifungo eziphathekayo zokuzinikela zokuzibophezela ….abakaze basho esidlangalaleni ukuthi bayashadana impilo yabo yonke.Ngakube namhlanje wusuku  lokuthi uthathe isinqumo ?

Nkulunkulu ngicabanga ukuthi sekuyiso isikhathi .Sekukaningi ngicabanga mumva nje .Kade ngilokhu ngizama ukucabanga ukuthi ngakube ukhona ngempela.Ekhanda lami ngiqhubeka ngizibuza ukuthi –ngokube ubukhona bakho  bukhona?

Kodwa inhliziyo ,ngiyazi ukuthi khona ukhona.Ngakho ngicabanga ukuthi sekuyisikhathi .Angisafuni ukuqhubeka ngiyeka sibe side isikhathi .Ngifuna ukunikela impilo yami kuwe….konke okwami.Konke engiyikho,konke enginakho,ami ,wonke amathemba namaphupho ami ngiwanikela kuwe .Yonke into engiyiyo,ngifuna ukubeka impilo yami esandleni sakho.Angazi ngempela ukuthi lokhu kuzobe kuchaza ini.Futhi Nkulunkulu angikwazi ukukuchaza lokhu engikwenzayo-kodwa ngifuna ukukwenza.

Ngakube ungakwazi ukuvese ungimukele ngiyilokhu engiyikho ? Ngibuka emumva izinto eziningi eziwubuwula engizenzile kodwa kubukeka ukude ngithi ngiyaxolisa kusengathi lokho akwanele kuwe.

Kodwa yilokho kuphela enginakho ukukwenza .Futhi Jesu uma wafela noma ubani –enhliziyweni yami ,ngiyakholwa wangifela nami.

KwabaseRoma 10:9 Ngokuba uma uvuma ngomlomo wakho ukuthi uJesu uyiNkosi, ukholwa enhliziyweni yakho ukuthi uNkulunkulu wamvusa kwabafileyo, uyakusindiswa.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge